[Verse 1]
Nhliziyo yam ne ngqondo
Landelan’ amehlo amehlo
Ngoba iwona abona kuqala
Iwona futhi abikelayo inhliziyo
Nengqondo nayo iyavuma
ngicela ugcini themba lami
Kodwa kunenkulumo ngaphakathi
kimi mihla nezolo
[Chorus]
Nhliziyo yam ungavumi
Lalela unembeza uthi no no no
Ngingaze ngithathe isibhamu
Ngihambe ngiyobulala abantu ngenxa yomona
(no no no)
Nhliziyo yam ungavumi
Lalela unembeza uthi no no no
Ngingaze ngiphathe umuthi
Ngibulale abantu ngenxa yomona (no nooo nooo)
Nhliziyo yam ungavumi
[Verse 2]
Umona uyangiklinya
Uyangishisa ngaphakathi
noo no nono
Amehlo abona okuncane
Enhliziyweni kuvele isivunguvungu
usathani uyangihlebela, hliziyo uzungavumi
Kodw’ ubuso babo buyahleka
Bengazi lutho ngezinyembezi zami
Nengqondo ithi "phenduka"
Inhliziyo ithule ikhala
neeembeeza wami khuluma nami
[Chorus]
Nhliziyo yam ungavumi
Lalela unembeza uthi no no no
Ngingaze ngithathe isibhamu
Ngihambe ngiyobulala ngenxa yomona (no no no)
Nhliziyo yam ungavumi
Lalela unembeza uthi no no no
Ngingaze ngiphathe umuthi
Ngibulale abantu ngenxa yomona (no nooo nooo)
Nhliziyo yam ungavumi (ungavumi, ungavumi)
[Verse 1]
Nhliziyo yam ne ngqondo
Landelan’ amehlo amehlo
Ngoba iwona abona kuqala
Iwona futhi abikelayo inhliziyo
Nengqondo nayo iyavuma
ngicela ugcini themba lami
Kodwa kunenkulumo ngaphakathi
kimi mihla nezolo
[Chorus]
Nhliziyo yam ungavumi
Lalela unembeza uthi no no no
Ngingaze ngithathe isibhamu
Ngihambe ngiyobulala abantu ngenxa yomona
(no no no)
Nhliziyo yam ungavumi
Lalela unembeza uthi no no no
Ngingaze ngiphathe umuthi
Ngibulale abantu ngenxa yomona (no nooo nooo)
Nhliziyo yam ungavumi
[Verse 2]
Umona uyangiklinya
Uyangishisa ngaphakathi
noo no nono
Amehlo abona okuncane
Enhliziyweni kuvele isivunguvungu
usathani uyangihlebela, hliziyo uzungavumi
Kodw’ ubuso babo buyahleka
Bengazi lutho ngezinyembezi zami
Nengqondo ithi "phenduka"
Inhliziyo ithule ikhala
neeembeeza wami khuluma nami
[Chorus]
Nhliziyo yam ungavumi
Lalela unembeza uthi no n